I750AMPED ingumkhankaso wokungenelelela kwesizwe injongo ukunciphisa ukusakazeka kweCOVID-19 .
Inombolo 750 esihlokweni sokungenelela imele lezi izinto ezibalulekile ;
7 – Ukulwa ne coronavirus amalanga ayiskhombisa (7) ngeviki
5 – Ezinhlanu (5) izindlela zokuvikeleka zokulwa ne coronavirus
0 – Indlela ebheke ku 0 kwisifo
Umkhankaso kazwe lonke ubhekane naloku okuhloswe ngqo kulabo abasengozini yokuzibandakanya emphakathini waseNingizimu Africa emkhathini wokunikezela nge mfundo futhi nokuqapha kule COVID 19.
Noma ngabe kungumkhankasoozokunikeza indlela yokucwaninga ehlangene ukuyengeza inani futhi nokusebenza kahle kokungenelela okuhlongolozayo .
1. Hlanza izandla zakho njenjwayelo ;
2.Thimula endololwaneni eguqukayo noma kwisicubu, bese phonsela isicubu emqconyini;
3.Hlanza futhi bulala amagciwane njalo;
4.Gwema ukuthinta amehlo akho , impumulo futhi nomlomo ;futhi
5.Lolonga ukusasazeka kwezenhlalo ngokugcina okungenani imitha ngalinye phakathi kwakho futhi nabanye.