(PUI). Wena uzohlolwa kuphela uma uhlangabezana nendlela ye PUI, lena efakela ukuba nezimpawo zokugula koku phefumula kwamanje noma okusanda kwenzeka.
Kunezizathu ezinini yingani singa comi ukuhlola komuntu ongana zimpawo ,noma ngabe usondelene eduzane nomuntu une oqinisekisiwe ukuthi une COVID-19 , NOMA okwamanje uhambele ezweni lapha kune COVID-19 khona ejikeleza emphakathini :
- . Imiphumela engemihle emuntwini ongana zimpawo akusho ukuthi akanayo i-COVID-19. Wena namanje ungaba sesigabeni sokuqala seCOVID-19 futhi kuyakhekhe nezimpawo kamuva. Ngokunjalo, ukuhlola uma ungana zimpawo kungakunikeza imiphumela engaqondile
- Noma ngabe imiphumela yukuhlolwa kwakho beyingemihle, wena usandingeka ukuhlala ekhaya kulesikhathi sokuzihlukanisa amalanga angu14 uma uhambele endaweni lapho ukutheleleka kuphezulu noma usondelene eduzane nomuntu oqinisekisiwe ukuthi uneCOVID-19. Bhekisa kuseluleko ukuthi yini okumele ngiyiyenze uma ngisondelene nomuntu oqinisekisiwe ukuthi unegciwane futhi wacelwa ukuthi kumele aye khaya.
- Uma ukuholwa kwakho kungekuhle negative futhi ngephutha uthatha lokhu ngathi kusho ukuthi awukatheleki, wena kumele ubuyele emuva emisebenzini yakho ejwayekile futhi negciwane ngenkhathi usanokuthelekela okuncane .
- Kunokushoda kushoda lebhu laboratory test umhlaba wonke, futhi sidinga ukunakekela ezisebenzayo izinto zaselebhu zokuhlola mayelana nalabo abagulayo nalawo maqembu wabantu esengasebenzisa lemiphumela yokuhlola ukuthi umphakathi uhlale uphilile.
umtholampilo eseduzane nawe/noma isibhedlele.
Wena kumele uthinte ngaphambilini kumsebenzi wezempilo wakho. Uma kukhoneka, futhi thola ukuthi yiyiphi indlela okumele oyithathe uma ufuna ukuhlolwa. Uma ungakhoni ukutholana nomhlizeki wezempilo yakho, ungazama ukuthintha neseduzane ilebhu yokuhlola ukuthola ulwazi.Uma une ndlela yokungena ku internet, unga bheka kolunye ulwazi ngalawa testing laboratory websites. Uma ungadingi abosizo lokuqala , akumele uvakashele I hospiatal emergency unit ukuhlolwa . Ezinye ezibhedlela noma amaGPs (abo dokotela) bangaku thumela endaweni eseceleni yokuhlola. Ama NHLS futhi namanye ama lebhu angasese akunikeza ukuhlola kuma mobile facilitys. Udinga ukubadala ukuhlolwa kuma lebhu angasese.
Ungakhuthazwa ukhiqiza I sputum specimen ku jeke ukuhlolwa, lo mzekeliso uzothunyelwa ku pathology laboratory. Elebhu laboratory izohlola I specimen sakho okwenfuzo ukusuka kulena enstha icoronavirus . Legciwane libizwa ngokuthiwa yiSARS-CoV-2. Ukuhlolwa kuzobikwa mhlawumbe emihle noma engemihle, uma ukuhlolwa kwakho kutholakala kukuhle, lokhu kusho ukuthi ubufuzo bakho kucoronavirus (SARS-CoV-2) butholakele kuma specimen akho futhi uqinsekisiwe ukuthi unesifo secoronavirus. Sicela uthole iseluleko ukuthi yini okumele ngiyenze uma ukuhlolwa kutholwa kukuhle une gciwane le coronavirus futhi ngicelwe ukuthi ngibe sekhaya ukuhlukaniswa. Uma ukuhlolwa kwakho kutholakala engemihle, lokhu kungeke nje kufakele ne COVID-19 ngezizathu ezehlukene. Kumele ngokunjalo uqede lesikhathi esibekiwe uzihlukanise ekhaya njengoba kunamathuba ukuthi uvelela egciwaneni, futhi wena kumele ube nokuhlolwa okuphindiwe uma lokhu uyelulekwa ngu umhlizeki wokunakekela kwempilo yakho.
Uma uvuma ukuthinthwa ngemiphumela yakho .imiphumela ingathumelwa kuwe gqo .